Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 36:7 - IsiZulu 2020

7 ukuze kungabikho ifa labantu bakwa-Israyeli eliyakudluliselwa kwezinye izizwana, yilowo nalowo wabantu bakwa-Israyeli uyakunamathela efeni lesizwana sokhokho bakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ifa labantwana bakwa-Israyeli aliyikuhamba izizwe ngezizwe, ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bayakunamathela, kube yilowo nalowo efeni lesizwe sawoyise.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngakho ifa labantwana bakwa-Israyeli ngeke lisuke kwesinye isizwe liye kwesinye, ngoba abantwana bakwa-Israyeli kumelwe balondoloze yilowo nalowo efeni lesizwe soyise.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 36:7
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNabothi wayesethi ku-Ahabi: “Anginakukwenza lokho, ngenxa kaSimakade, ukuba ngikunike ifa lokhokho bami.”


Yileyo naleyo ndodakazi enefa esizwaneni esithile sabakwa-Israyeli, iyakugana omunye womndeni wesizwana sikayise, ukuze bonke abakwa-Israyeli babe nefa esabelweni sokhokho babo.


Akukho lifa eliyakuthathwa lidluliselwe kwesinye isizwana, ngokuba yileso naleso sizwana sakwa-Israyeli siyakunamathela efeni laso.”


UJoshuwa wayesebadedela abantu, babuyela efeni labo.


Ngakho-ke inkosi yami, inkosi uSawule, mayizwe amazwi enceku yayo. Uma kunguSimakade okwenza ukuba umelane nami, makawamukele umnikelo, kodwa uma kungabantwana babantu, mabaqalekiswe phambi kukaSimakade, ngokuba bangixoshile namuhla ukuba ngingabi nenhlanganyelo efeni likaSimakade, bethi: ‘Hamba ukhonze abanye onkulunkulu.’


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka