UJezebheli wayeseloba izincwadi egameni lika-Ahabi, wazinamathelisa ngophawu lwakhe, wazithumela kumalunga, ezikhulwini ezazisemzini, ababakhe noNabothi.
URuthe 4:2 - IsiZulu 2020 UBhowazi wabiza amadoda alishumi angamalunga omuzi, wathi kuwo: “Hlalani phansi lapha.” Ayesenza kanjalo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wathatha amadoda ayishumi kuwo amalunga omuzi, wathi: “Hlalani phansi lapha.” Ahlala. Contemporary Zulu Bible 2024 Wathatha amadoda ayishumi kumalunga omuzi, wathi: “Hlalani lapha.” Bahlala phansi. |
UJezebheli wayeseloba izincwadi egameni lika-Ahabi, wazinamathelisa ngophawu lwakhe, wazithumela kumalunga, ezikhulwini ezazisemzini, ababakhe noNabothi.
Uma singamthokozisi umniniso, owasikhetha ukuba sibe ngesakhe, uyakuvuma ukuba sihlengwe; akayukuba nalungelo lokuba asidayisele abantu bezizwe, lokhu engasiphathanga kahle yena.
Bashusha abantu, amalunga, nezazimthetho ukuba batheleke kuye; bambamba, bamyisa emkhandlwini.
“Uma indoda ingathandi ukumthatha umkamfowabo, umkamfowabo uyakukhuphukela kumalunga esangweni, athi: ‘Umfowabo wendoda yami uyala ukuvusela umfowabo umuzi kwa-Israyeli; akathandi ukungingena.’
“Namuhla nimi nonke phambi kukaSimakade uNkulunkulu wenu: izinhloko zenu, izizwana zenu, amalunga enu, izinduna zenu, bonke abantu bakwa-Israyeli,
Ngiqoqele wonke amalunga ezizwaneni zenu nezinduna zenu ukuze ngikhulume kuwo lawa mazwi, elalele, ngibiza izulu nomhlaba kube ngufakazi.