Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




URuthe 4:3 - IsiZulu 2020

3 Wayesethi kumhlengi: “UNawomi usebuyile kwaMowabi, uthengisa ngesiqinti sendawo ebesingesika-Elimelekhi, umfowethu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Wayesethi kuye umhlengi: “UNawomi obuyile ezweni lakwaMowabi uyathengisa ngesiqephu sezwe esasingesika-Elimeleki;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wathi kuso isihlobo: “UNawomi owabuya ezweni lakwaMowabi, wathengisa ngesiqephu somhlaba esingesomfowethu u-Elimeleki.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




URuthe 4:3
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Umuntu omuhle unomusa, uyatshelekisa, izindaba zakhe uzisingatha ngobulungiswa.


Ukuziqhenya kudala ingxabano yodwa, kodwa kulabo abemukela ukwelulekwa kukhona ukuhlakanipha.


bheka, uHanameli, indodana kaShalumi umfowabo kayihlo, uzofika kuwe, athi: ‘Zithengele insimu yami ese-Anathothi, ngokuba ilungelo lokuyihlenga lingelakho ukuba uyithenge.’


“ ‘Uma umfowenu eba mpofu, bese ethengisa ngefa lakhe, kuyofika umhlengi oyisihlobo sakhe esisondele silihlenge ifa umfowabo athengise ngalo.


Igama laleyo ndoda kwakungu-Elimelekhi, umkayo kunguNawomi, amadodana ayo amabili kunguMahaloni noKhiliyoni; babengama-Efratha aseBhethlehema kwaJuda. Bafika kwaMowabi bahlala khona.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka