Lapho befika esibuyeni sikaNagoni, u-Uza welulela isandla sakhe emphongolweni kaNkulunkulu, wawuthatha; ngoba izinkabi zayinyakazisa.
UNumeri 4:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa yenzani njalo kubo, ukuze baphile, bangafi, ekusondeleni kwabo ezintweni ezingcwelengcwele: uAroni lamadodana akhe bazangena, babamise, kube yilowo lalowo emsebenzini wakhe lomthwalo wakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kepha ukuba baphile, bangafi, lapho besondela ezintweni ezingcwelengcwele, nenze kanje kubo: u-Aroni namadodana akhe bayakungena, babamise, kube yilowo nalowo emsebenzini wakhe nasemthwalweni wakhe; IsiZulu 2020 kodwa niyakubaphatha kanje ukuze baphile, bangafi uma besondela ezintweni ezingcwelengcwele: u-Aroni namadodana akhe bayongena babanikeze yilowo nalowo umsebenzi wakhe nomthwalo wakhe. |
Lapho befika esibuyeni sikaNagoni, u-Uza welulela isandla sakhe emphongolweni kaNkulunkulu, wawuthatha; ngoba izinkabi zayinyakazisa.
INkosi yasisithi kuMozisi: Yehla, ulaya abantu, hlezi bafohle baye eNkosini ukuze babone, kubhubhe abanengi kubo.
Lapho itabernakele lisuka, amaLevi kumelwe alidilize; ekumisweni kwetabernakele, amaLevi alimise; futhi umfokazi osondelayo kumelwe abulawe.
Bayakugcina inkonzo yenu nenkonzo yetabernakele lonke; kepha bangasondeli ezitsheni zendlu engcwele nase-altare, funa bafe, nani.
Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.