UEksodusi 19:21 - Contemporary Zulu Bible 202421 INkosi yasisithi kuMozisi: Yehla, ulaya abantu, hlezi bafohle baye eNkosini ukuze babone, kubhubhe abanengi kubo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 UJehova wayesethi kuMose: “Yehla, ubaxwayise abantu, funa bafohle ukuba babone uJehova, kufe abaningi kubo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202021 USimakade wathi kuye: “Yehla, uxwayise abantu bangafohli ukuba babone uSimakade, ngokuba iningi labo liyobhubha. Uka jalj uñjjattʼäta |
Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.