Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 6:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Lapho befika esibuyeni sikaNagoni, u-Uza welulela isandla sakhe emphongolweni kaNkulunkulu, wawuthatha; ngoba izinkabi zayinyakazisa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ekufikeni kwabo esibuyeni sikaNakoni u-Uza welulela isandla emphongolweni kaNkulunkulu, wawubamba, ngokuba izinkabi zashelela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Lapho befika esibuyeni sikaNakhoni, u-Uza welulela isandla emphongolweni kaNkulunkulu, wawubamba, ngokuba izinkabi zashelela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 6:6
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bafika esibuyeni sase-Athadi esingaphesheya kweJordani, bakhala khona ngesililo esikhulu nesinzima kakhulu; wamlilela uyise izinsuku eziyisikhombisa.


Lapho befika esibuyeni sikaKidoni, u-Uza welula isandla sakhe ukubamba umphongolo; ngoba izinkabi zakhubeka.


Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.


Ungasinqumi isizwe semindeni yamaKohati phakathi kwamaLevi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka