UNumeri 18:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 Bayakugcina inkonzo yenu nenkonzo yetabernakele lonke; kepha bangasondeli ezitsheni zendlu engcwele nase-altare, funa bafe, nani. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Bayakugcina imfanelo yakho nenkonzo yetende lonke; kodwa abayikusondela empahleni yendlu engcwele nase-altare, ukuze bangafi, nabo nani. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20203 Bayokwenza wonke umsebenzi wakho nomsebenzi wonke wethende, kodwa abayukusondela empahleni yendlu engcwele nase-althare, ukuze bona nani ningafi. Uka jalj uñjjattʼäta |
Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.