UNkulunkulu wafika kuBileyamu ebusuku, wathi kuye: “Uma la madoda efika ukukubiza, sukuma uhambe nawo; kodwa nokho izwi engizolikhuluma kini nize nilenze.
UNumeri 23:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 UNkulunkulu wahlangana noBileyamu, wathi kuye: “Ngalungisa ama-altare ayisikhombisa, nganikela ngenkunzi nangenqama kulelo nalelo altare. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UNkulunkulu wahlangana noBileyamu; yena wathi kuye: “Sengilungisile ama-altare ayisikhombisa, nganikela ngenkunzi nangenqama kulelo nalelo altare.” IsiZulu 2020 UNkulunkulu wahlangana noBhileyamu, uBhileyamu wathi kuye: “Sengiwalungisile ama-althare ayisikhombisa, nganikela ngenkunzi nenqama phezu kwalelo nalelo althare.” |
UNkulunkulu wafika kuBileyamu ebusuku, wathi kuye: “Uma la madoda efika ukukubiza, sukuma uhambe nawo; kodwa nokho izwi engizolikhuluma kini nize nilenze.
UBileyamu wayesethi kuBalaki: “Ngakhele lapha ama-altare ayisikhombisa, ungilungisele lapha izinkabi eziyisikhombisa nezinqama eziyisikhombisa.
UJehova wahlangana noBileyamu, wafaka izwi emlonyeni wakhe, wathi: “Buyela kuBalaki, ukhulume kanjalo;
UBileyamu wayesethi kuBalaki: “Yima ngasemnikelweni wakho wokushiswa, mina ngihambe; mhlawumbe iNkosi ingangihlangabeza; Futhi waya endaweni ephakeme.
INkosi yasifaka ilizwi emlonyeni kaBalami, yathi: Buyela kuBalaki, ukhulume kanje.
Besithi: Laba bokugcina basebenze ihola elilodwa, usubalinganisile lathi esithwele ubunzima lokushisa kwemini.
Bazalixotsha emasinagogeni; yebo, isikhathi siyeza, lapho wonke olibulalayo uzakuthi ukhonza uNkulunkulu.
Kuphi-ke ukuzibonga na? Ayifakiwe. Ngamuphi umthetho? wemisebenzi? Hatshi, kodwa ngomthetho wokukholwa.