Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 23:4 - IsiZulu 2020

4 UNkulunkulu wahlangana noBhileyamu, uBhileyamu wathi kuye: “Sengiwalungisile ama-althare ayisikhombisa, nganikela ngenkunzi nenqama phezu kwalelo nalelo althare.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 UNkulunkulu wahlangana noBileyamu; yena wathi kuye: “Sengilungisile ama-altare ayisikhombisa, nganikela ngenkunzi nangenqama kulelo nalelo altare.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

4 UNkulunkulu wahlangana noBileyamu, wathi kuye: “Ngalungisa ama-altare ayisikhombisa, nganikela ngenkunzi nangenqama kulelo nalelo altare.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 23:4
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngalobo busuku uNkulunkulu wafika kuBhileyamu, wathi: “Uma lawa madoda efikele ukuzokubiza, vuka uhambe nawo, kodwa uyokwenza kuphela lokho engizokutshela khona.”


UNkulunkulu wafika kuBhileyamu wathi: “Ngobani lawa madoda anawe na?”


UBhileyamu wathi kuBhalaki: “Ngakhele lapha ama-althare ayisikhombisa, bese ungilungisela izinkunzi eziyisikhombisa nezinqama eziyisikhombisa.”


USimakade wahlangana noBhileyamu, wabeka izwi emlonyeni wakhe, wathi: “Buyela kuBhalaki ukhulume naye.”


UBhileyamu wathi kuBhalaki: “Yima maqondana nomnikelo wakho wokushiswa, mina ngizohamba, mhlawumbe uSimakade uyohlangana nami, angikhombise izwi nanoma yikuphi engifanele ukuba ngikusho kuwe.” Wayesenyukela egqumeni eliyiqwaqwasi.


USimakade wamnika uBhileyamu okwakufanele akusho kuBhalaki, wathi: “Buyela kuBhalaki ukhulume uthi.”


zathi: ‘Laba abokugcina basebenze ihora elilodwa nje, kodwa ubaholela njengathi esithwale ubunzima nesifudumezi semini.’


Ngizila ukudla kabili ngeviki, nginikela ngokweshumi kwakho konke engikutholayo.’


Bayakunikhipha emasinagogeni; yebo, isikhathi siyeza lapho bonke abanibulalayo beyakuthi basebenzela uNkulunkulu.


Ngakho-ke kuphi ukuzigabisa na? Akukho nhlobo. Ngenxa yamuphi umthetho na? Ngowemisebenzi na? Qhabo, kodwa ngomthetho wokukholwa.


futhi akuyi ngemisebenzi, funa kube khona ozibongayo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka