Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 20:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Besithi: Laba bokugcina basebenze ihola elilodwa, usubalinganisile lathi esithwele ubunzima lokushisa kwemini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 bathi: ‘Laba abokugcina basebenze ihora linye nje, ubalinganise nathi esithwalile ubunzima nesifudumezi semini.’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 zathi: ‘Laba abokugcina basebenze ihora elilodwa nje, kodwa ubaholela njengathi esithwale ubunzima nesifudumezi semini.’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 besithi: Laba bokugcina basebenze ihola elilodwa, usubalinganisile lathi esithwele ubunzima lokushisa kwemini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 20:12
20 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi ekuphumeni kwelanga, uNkulunkulu walungisa umoya wasempumalanga onamandla; ilanga lashaya ekhanda likaJona, waquleka, wafuna ukufa phakathi kwakhe, wathi: “Kungcono kimi ukufa kunokuphila.”


Futhi lathi: Khangela, ukukhathala okungaka lokhu! niyawucima,” usho uJehova Sebawoti; naletha ezidwetshiweyo neziyizinyonga nezigulayo; kanjalo nanikela ngomhlatshelo; ngithathe kuwe? kusho uJehova.


Nathi: Kuyize ukukhonza uNkulunkulu; kunenzuzoni ukuthi sigcine ukwahlulela kwakhe, sihambe ngokulila phambi kukaJehova Sebawoti na?


Sebelamukele bakhonona kumninindlu.


Nxa nibona umoya waseningizimu uphephetha, nithi: ‘Kuzoba ukushisa;’ futhi kwenzeka.


Kuphi-ke ukuzibonga na? Ayifakiwe. Ngamuphi umthetho? wemisebenzi? Hatshi, kodwa ngomthetho wokukholwa.


lokhu uNkulunkulu emunye, ozalungisisa abasokileyo ngokukholwa, lokungasoki ngokholo.


Kuze kube yilesi sikhathi silambile, somile, sihamba ze, siyashaywa, asinandawo yokuhlala;


ukuze abezizwe babe yizindlalifa kanye nami, futhi babe umzimba ofanayo, futhi abahlanganyeli sesithembiso sakhe kuKristu ngevangeli.


Ngoba ilanga liyaphuma lilokushisa okutshisayo, kodwa libunisa utshani, lembali yabo iyawa, lobuhle besimo sabo bubhubha;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka