UJakobe wenza isifungo, wathi: “Uma uNkulunkulu eyakuba nami, angigcine kule ndlela engiyihambayo, anginike isinkwa sokudla nezingubo zokwembatha,
UDuteronomi 12:26 - Contemporary Zulu Bible 2024 Izipho zenu ezingcwele kuphela eninazo, nezithembiso zenu, niyakuhamba niye endaweni uJehova ayakuyikhetha. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Izinto zakho ezingcwele onazo nezithembiso zakho wozithatha, uye endaweni ayakuyikhetha uJehova, IsiZulu 2020 “Izinto zenu ezingcwele ezingezenu nezithembiso zenu niyozithatha, niye nazo endaweni ayakuyikhetha uSimakade. |
UJakobe wenza isifungo, wathi: “Uma uNkulunkulu eyakuba nami, angigcine kule ndlela engiyihambayo, anginike isinkwa sokudla nezingubo zokwembatha,
Yonke iminikelo yokuphakanyiswa yezipho ezingcwele abantwana bakoIsrayeli abayiletha eNkosini, ngiyinikile wena lamadodana akho lamadodakazi akho kanye lawe, ibe yisimiso esilaphakade; iyisivumelwano sikatshwayi kuze kube nininini phambi kobuso beNkosi. Nkosi. Ngawe nenzalo yakho kanye nawe.
Kuyakuba khona indawo uJehova uNkulunkulu wakho ayakuyikhetha ukuba ahlale kuyo igama lakhe; lapho uyakuletha konke engikuyala ngakho; iminikelo yenu yokushiswa nemihlatshelo yenu, okweshumi kwenu nomnikelo wokuphakanyiswa wesandla senu nazo zonke izithembiso zenu zekhethelo enizenza kuJehova.
Uma ikude nawe indawo uJehova uNkulunkulu wakho ayikhethile ukuba abeke igama lakhe kuyo, uyakuhlaba izinkomo zakho nezimvu zakho uJehova akunike zona, njengalokho ngakuyala, udle emasangweni akho konke. Lokho umphefumulo wakho okufisayo.
Kumelwe nilethe lapho iminikelo yenu yokushiswa nemihlatshelo yenu nokweshumi kwenu neminikelo yokuphakanyiswa evela esandleni senu, nezithembiso zenu neminikelo yenu yesihle namazibulo ezinkomo zenu nawezimvu zenu.