UDuteronomi 12:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 Kuyakuba khona indawo uJehova uNkulunkulu wakho ayakuyikhetha ukuba ahlale kuyo igama lakhe; lapho uyakuletha konke engikuyala ngakho; iminikelo yenu yokushiswa nemihlatshelo yenu, okweshumi kwenu nomnikelo wokuphakanyiswa wesandla senu nazo zonke izithembiso zenu zekhethelo enizenza kuJehova. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 kuyakuthi kuleyo ndawo uJehova uNkulunkulu wenu ayakuyikhetha ukuba kuhlale khona igama lakhe, niyise lapho konke enginiyala ngakho: iminikelo yenu yokushiswa, nemihlatshelo yenu, nokweshumi kwenu, nomnikelo wokuphakanyiswa wesandla senu, nezithembiso zenu ezikhethiweyo enizethembisa kuJehova; Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202011 Kuyokuthi indawo uSimakade uNkulunkulu wenu ayakuyikhetha ukuba kuhlale kuyo igama lakhe, nikuyise lapho konke enginiyala ngakho: iminikelo yenu yokushiswa, imihlatshelo yenu, okweshumi kwenu, umnikelo wokuphakanyiswa womkhiqizo wenu, nezithembiso zenu ezikhethiweyo enizethembisa uSimakade. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kodwa ukuze kube ngubufakazi phakathi kwethu lani lezizukulwaneni zethu ngemva kwethu, ukuze sifeze inkonzo kaJehova phambi kobuso bakhe ngeminikelo yethu yokutshiswa lemihlatshelo yethu langeminikelo yethu yokubonga; ukuze abantwana benu bangasho ngesikhathi kubantwana bethu ukuthi: Aninasabelo kuJehova.