Intonga yobukhosi ayiyikusuka kuJuda, nomniki-mthetho phakathi kwezinyawo zakhe aze afike uShilo; futhi kuyakuba kuye ukubuthwa kwabantu.
Mathewu 12:30 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ongenami umelene nami; ongabuthi kanye nami uyahlakaza. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Ongenami umelene nami; ongabuthi nami uyahlakaza. IsiZulu 2020 “Ongahambisani nami, umelene nami; ongaqoqi nami, uyahlakaza. Baasraak Zulu New Testament Bible Ongenami umelene nami; ongabuthi kanye nami uyahlakaza. |
Intonga yobukhosi ayiyikusuka kuJuda, nomniki-mthetho phakathi kwezinyawo zakhe aze afike uShilo; futhi kuyakuba kuye ukubuthwa kwabantu.
Ngubani ongangimela ngokumelene nabenzi bokubi? noma ngubani ongangimela ngokumelene nabenzi bokubi na?
Kukhona ohlakazayo nokho anda; futhi kukhona ogodla okungaphezu kwalokho okudingekayo, kodwa kubhekise ebumpofu.
Khona abantwana bakwaJuda nabantwana bakwa-Israyeli bayakubuthana, bazikhethele umholi oyedwa, bakhuphuke baphume ezweni, ngokuba luyoba lukhulu usuku lwaseJizreyeli.
Noma umuntu angangena kanjani endlini yesiqhwaga, aphange impahla yaso, uma engabophi kuqala isiqhwaga, na? khona-ke uyakuphanga indlu yakhe.
Akakho ongakhonza amakhosi amabili, ngokuba uyakuzonda enye, athande enye; noma ibambelele kwenye, idelele enye. Anikwazi ukukhonza uNkulunkulu noMamona.
futhi kungabi ngenxa yaleso sizwe sodwa, kodwa futhi ukuba abuthele ndawonye abantwana bakaNkulunkulu abahlakazekile babe munye.
Uma kukubi emehlweni enu ukumkhonza uJehova, zikhetheleni namuhla ukuthi ngubani eniyakumkhonza; noma onkulunkulu ababakhonzayo oyihlo ababephesheya komfula, nonkulunkulu bama-Amori enihlala ezweni lawo; kepha mina nendlu yami siyakumkhonza uJehova.
UJoshuwa wayeseJeriko, waphakamisa amehlo akhe, wabheka, bheka, nanto indoda imi maqondana naye iphethe inkemba yayo ehoshiweyo esandleni sayo; uJoshuwa waya kuye, wathi kuye: “Ungowethu noma ungowezitha zethu na?
Baphuma kithi, kodwa babengesibo abakithi; ngoba uba babengabakithi, ngabe bahlala lathi;