Esakhuluma naye, inkosi yathi kuye: “Wenziwa ngokwesiluleko senkosi na?” ibhere; kungani kufanele ushaywe? Umprofethi wawumisa wathi: “Ngiyazi ukuthi uNkulunkulu unqume ukunibhubhisa, ngokuba nenze lokhu, anilalelanga iseluleko sami.
AmaHubo 141:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Olungileyo makangishaye; kuyakuba umusa, angithethise; kuyakuba ngamafutha amahle kakhulu; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Olungileyo makangishaye, kungumusa kimi; angisole, kungamafutha ekhanda; ikhanda lami malingawenqabi, ngokuba nasebubini babo umkhuleko wami uyobe usekhona. IsiZulu 2020 Olungileyo makangishaye, kungumusa kimi; angisole, kungamafutha ekhanda; ikhanda lami malingawenqabi, ngokuba umkhuleko wami umelane nobubi babo. |
Esakhuluma naye, inkosi yathi kuye: “Wenziwa ngokwesiluleko senkosi na?” ibhere; kungani kufanele ushaywe? Umprofethi wawumisa wathi: “Ngiyazi ukuthi uNkulunkulu unqume ukunibhubhisa, ngokuba nenze lokhu, anilalelanga iseluleko sami.
Ulungisa itafula phambi kobuso bami phambi kwezitha zami; Ugcoba ikhanda lami ngamafutha; indebe yami iyachichima.
Shaya isideleli, abangenalwazi bayakuqaphela; ukhuze ohlakaniphileyo, uyakuqonda ukwazi.
Njengecici legolide nomhlobiso wegolide elicwengekileyo, kunjalo ukusola okuhlakaniphileyo endlebeni elalelayo.
Ngokuba umyalo uyisibani; futhi umthetho ungukukhanya; nokusola kokufundisa kuyindlela yokuphila;
Kungcono ukuzwa ukukhuza kohlakaniphileyo kunokuba umuntu ezwe ukuhlabelela kweziwula.
Ungamzondi umfowenu enhliziyweni yakho; womkhuza noma kanjani umakhelwane wakho, ungathwali sono kuye.
Kepha mina ngithi kini: Thandani izitha zenu, nibabusise abaniqalekisayo, nenze okuhle kwabalizondayo, nibakhulekele abaniphatha kabi, banizingele;
Bazalwane, uma umuntu ehlelwa yisiphambeko, nina bomoya mbuyiseni onjalo ngomoya wobumnene; uzinaka wena, funa ulingwe nawe.