AmaHubo 141:6 - Contemporary Zulu Bible 20246 Lapho abahluleli babo bechithwa ezindaweni zamatshe, bayakulalela amazwi ami; ngoba zimnandi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Abahluleli babo bayakuphonswa eweni; bayakuzwa ukuthi amazwi ami amnandi. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20206 Abehluleli babo bayakuphonswa eweni; bayakuzwa ukuthi amazwi ami amnandi. Uka jalj uñjjattʼäta |
UDavide wathi kulo lonke ibandla lakwa-Israyeli: “Uma kubonakala kukuhle emehlweni enu nokuthi kuvela kuJehova uNkulunkulu wethu, masithumele kubazalwane bethu ezindaweni zonke eziseleyo ezweni lonke lakwa-Israyeli, nakubapristi kanye nabo. NamaLevi asemizini yawo nasemadlelweni awo, azibuthele kithi.