AmaHubo 104:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Amabhongo ezingonyama abhongela impango yawo, afuna ukudla kwawo kuNkulunkulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Izingonyama ezintsha zibhongela impango, zifuna ukudla kwazo kuNkulunkulu. IsiZulu 2020 Amabhongo amabhubesi agwavumele inyamazane, efuna ukudla kwawo kuNkulunkulu. |
Ngubani onika igwababa ukudla kwalo? lapho abancane bakhe bekhala kuNkulunkulu, bayazulazula ngokuswela ukudla.
Amabhongo ezingonyama ayaswela, alambe; kepha abafuna uJehova abayikuswela lutho oluhle.
Ngoba itsho njalo kimi iN kosi, isithi: Njengesilwane lebhongo lesilwane elibhongela impango yayo, lapho abelusi bebizelwa phezu kwayo, kayiyikwesaba ilizwi labo, kayikuzithoba ngenxa yomsindo yabo hhayi. Kanjalo uJehova Sebawoti uyakwehla ukuba alwele intaba yaseSiyoni negquma layo.
Yeka ukububula kwezilwane! imihlambi yezinkomo ididekile, ngoba ayinadlelo; yebo, imihlambi yezimvu isiyincithakalo.
Nezilwane zasendle ziyakhala kuwe, ngokuba imifula yamanzi yomile, nomlilo udlile amadlelo asogwadule.
Ningesabi nina zilwane zasendle, ngokuba amadlelo asogwadule ahluma, ngokuba umuthi uthela izithelo zawo, umkhiwane nomvini kuyabanika amandla.
Ingonyama ingabhonga yini ehlathini, ingenampango? Ibhongo lengonyama liyakhala emphandwini walo uma lingabambanga lutho na?