Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 145:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Amehlo abo bonke abheke wena; futhi Wabanika ukudla ngesikhathi esifanele.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Amehlo abo bonke alinda wena; uyabanika ukudla ngesikhathi esiyiso.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

15 Amehlo abo bonke alinda Wena; uyabanika ukudla ngesikhathi esiyiso.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 145:15
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha zonke izilwane zomhlaba, nezinyoni zonke zezulu, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni, okukhona kuzo ukuphila, ngazinika zonke izitshalo eziluhlaza zibe ngukudla. Kwenzeka kanje.


Amabhongo ezingonyama abhongela impango yawo, afuna ukudla kwawo kuNkulunkulu.


Bonke balindele wena; ukuthi ungabapha ukudla ngesikhathi esifanele.


Onika inyama yonke ukudla, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


UJehova muhle kubo bonke, umusa wakhe uphezu kwayo yonke imisebenzi yakhe.


Ningesabi nina zilwane zasendle, ngokuba amadlelo asogwadule ahluma, ngokuba umuthi uthela izithelo zawo, umkhiwane nomvini kuyabanika amandla.


Bhekani izinyoni zezulu, ngokuba azihlwanyeli, azivuni, azibutheli eziphaleni; nokho uYihlo osezulwini uyazondla. Anizincono kakhulu na?


Bhekani amagwababa, ngokuba awahlwanyeli, awavuni; elingenazinqolobane nanqolobane; uNkulunkulu uyazondla; nina nizidlula kangakanani izinyoni na?


Kakhonzwa ngezandla zabantu njengoswela ulutho, yena onika bonke ukuphila lokuphefumula lakho konke;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka