AmaHubo 104:21 - IsiZulu 202021 Amabhongo amabhubesi agwavumele inyamazane, efuna ukudla kwawo kuNkulunkulu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 Izingonyama ezintsha zibhongela impango, zifuna ukudla kwazo kuNkulunkulu. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202421 Amabhongo ezingonyama abhongela impango yawo, afuna ukudla kwawo kuNkulunkulu. Uka jalj uñjjattʼäta |
Usho kanje uSimakade kimi, uthi: “Njengengonyama ibhodla, nebhongo lengonyama ligwavuma phezu kwenyamazane, aliphazanyiswa wumsindo wokumemeza kwabelusi abaningi abasuke bebizwe ukumelana nalo, futhi alithikanyezwa ngumsindo wabo, kanjalo uSimakade Wamabandla uyokwehla ukuba alwe entabeni iZiyoni nasegqumeni layo.