UDavide nabantu bakhe benyuka, bawahlasela amaGeshuri, namaGesri, nama-Amaleki; ngoba lezo zizwe zazingabakhileyo bezwe kusukela kudala lapho ufika eShuri kuze kube sezweni laseGibhithe.
1 Samuweli 27:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Isikhathi sokuhlala kukaDavide ezweni lamaFilisti sasingumnyaka nezinyanga ezine. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Umumo wezinsuku zokuhlala kukaDavide ezweni lamaFilisti wawungumnyaka nezinyanga ezine. IsiZulu 2020 UDavide wahlala unyaka nezinyanga ezine ezweni lamaFilisti. |
UDavide nabantu bakhe benyuka, bawahlasela amaGeshuri, namaGesri, nama-Amaleki; ngoba lezo zizwe zazingabakhileyo bezwe kusukela kudala lapho ufika eShuri kuze kube sezweni laseGibhithe.
Zase zithi izikhulu zamaFilisti: “Enzani la maHeberu lapha na? U-Akhishi wayesethi ezikhulwini zamaFilisti: “Lo akasiye uDavide inceku kaSawule, inkosi yakwa-Israyeli, obe nami kulezi zinsuku noma le minyaka, futhi angitholanga cala kuye selokhu wangiwela? lolu suku?