1 Samuweli 29:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 Zase zithi izikhulu zamaFilisti: “Enzani la maHeberu lapha na? U-Akhishi wayesethi ezikhulwini zamaFilisti: “Lo akasiye uDavide inceku kaSawule, inkosi yakwa-Israyeli, obe nami kulezi zinsuku noma le minyaka, futhi angitholanga cala kuye selokhu wangiwela? lolu suku? Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Zase zithi izikhulu zamaFilisti: “Ayini lawa maHeberu na?” U-Akhishi wathi kuzo izikhulu zamaFilisti: “Akusiye uDavide inceku kaSawule inkosi yakwa-Israyeli okade enami kulezi zinsuku nakule minyaka na? Angifumananga lutho kuye selokhu ahlubuka weza kimi kuze kube namuhla.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20203 Base bethi abakhuzi bempi yamaFilisti: “Afunani lawa maHebheru lapha na?” U-Akhishi wathi kubo abakhuzi bempi yamaFilisti: “Akusiye yini uDavide, inceku kaSawule, inkosi yakwa-Israyeli, okade enami kulezi zinsuku nakule minyaka na? Angifumananga lutho kuye selokhu ahlubuka weza kimi kuze kube namuhla.” Uka jalj uñjjattʼäta |