Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




1 Samuweli 14:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ingaphambili lelinye lalibheke ngasenyakatho ngaseMigimasi, nelinye ngaseningizimu ngaseGibeya.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Olunye ugedla lwaluphakeme ngasenyakatho phambi kweMikimashi, nolunye ngaseningizimu phambi kweGeba.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Olunye ugedla lwesiwa lwalugebele ngasenyakatho, phambi kweMikhimashi, olunye ngaseningizimu, phambi kweGebha.

Uka jalj uñjjattʼäta



1 Samuweli 14:5
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

noJibhari, no-Elishama, no-Elifeleti,


Wafika e-Ayati, wawelela eMigroni; eMigimasi wabeka phansi izinqola zakhe.


Basebedabula inkundla; bahlala eGeba; URama uyesaba; IGibeya yabaleka ebusweni bukaSawule.


USamuweli wasesithi: Wenzeni? USawule wayesethi: “Ngokuba ngibonile ukuthi abantu bahlakazekile kimi, nokuthi anifikanga ngezinsuku ezimisiweyo, nokuthi amaFilisti abuthana eMigimasi;


USawule wazikhethela amadoda ayizinkulungwane ezintathu kwa-Israyeli; izinkulungwane ezimbili zazo zazinoSawule eMigimasi nasentabeni yaseBethele, nenkulungwane inoJonathani eGibeya lakwaBenjamini; abanye abantu wabamukisa, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe.


Ibutho lamaFilisti laphuma laya esihogweni saseMigimasi.


UJonathani wachitha ikampu yamaFilisti eyayiseGeba; amaFilisti ezwa ngakho. USawule wabetha icilongo ezweni lonke, wathi: “Makezwe amaHeberu;


Bawachitha amaFilisti ngalolo suku kusukela eMigimashi kuze kube se-Ajaloni, futhi abantu badinwa kakhulu.


Phakathi kwezintuba uJonathani ayefuna ukuwela kuzo, aye ezingosini zamaFilisti, kwakukhona idwala elicijileyo ngalapha, nedwala elibukhali ngalapha; igama lenye lalinguBhozesi, igama lenye lalinguSene.


UJonathani wasesithi kuyo ijaha eligqoka izikhali zakhe: Woza, sichaphele endaweni yabalindi yalaba abangasokile; nge min.