Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 13:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 UJonathani wachitha ikampu yamaFilisti eyayiseGeba; amaFilisti ezwa ngakho. USawule wabetha icilongo ezweni lonke, wathi: “Makezwe amaHeberu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 UJonathani wachitha ikhanda lamaFilisti elaliseGeba, amaFilisti akuzwa. USawule wabetha icilongo ezweni lonke, wathi: “Makezwe amaHeberu.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 UJonathani wabhubhisa ibutho lamaFilisti elalikanise eGebha, amaFilisti ezwa ngalokho. USawule wabetha icilongo ezweni lonke, wathi: “AmaHebheru mawezwe!”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 13:3
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJowabe wayesevuthela icilongo, bonke abantu bema, ababe besaxosha u-Israyeli, ababe besalwa.


Kwaba khona umuntu kaBheliyali ogama lakhe linguSheba, indodana kaBigi umBenjamini; wabetha icilongo, wathi: “Asinasabelo kuDavide, futhi asinafa endodaneni kaJese.” Yilowo nalowo makaye ematendeni akhe, Israyeli!


UDavide wayesenqabeni yamaFilisti ngaleso sikhathi;


Basebedabula inkundla; bahlala eGeba; URama uyesaba; IGibeya yabaleka ebusweni bukaSawule.


Izwe lonke liyakuguqulwa libe njengethafa kusukela eGeba kuze kube seRimoni eningizimu yeJerusalema; liyophakanyiswa, lihlalwe endaweni yalo, kusukela eSangweni lakwaBenjamini kuze kube sendaweni yesango lokuqala, kuze kufike eSangweni Legumbi naseMbhoshongweni. Kusukela kuHananeli kuze kufike ezikhamweni zewayini zenkosi.


neKefari-Hamonayi, ne-Ofini, neGaba; imizi eyishumi nambili nemizana yayo;


Esizweni sakwaBenjamini: iGibeyoni nedlelo layo, neGeba nedlelo layo,


Esefikile wabetha icilongo ezintabeni zakwa-Efrayimi, abantwana bakwa-Israyeli behla naye entabeni, yena waphuma phambi kwabo.


UMoya kaJehova wehlela kuGideyoni, wabetha icilongo; no-Abiyezeri wabuthana emva kwakhe.


Emva kwalokho uyakufika entabeni kaNkulunkulu, lapho ibutho lamaFilisti likhona; lapho ufika khona emzini, uyakubona uquqaba lwabaprofethi behla phezulu bephethe ihabhu nesigubhu nesigubhu nehabhu phambi kwabo; bayakuprofetha;


OSawule noJonathani indodana yakhe namadoda ayenabo bahlala eGibeya lakwaBenjamini, kepha amaFilisti amisa eMigimasi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka