Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 27:42 - Baasraak Zulu New Testament Bible

42 Wasindisa abanye; yena ngokwakhe akanakuzisindisa. Uma eyinkosi yakwa-Israyeli, makehle manje esiphambanweni, futhi sizomkholwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 “Wasindisa abanye, angezisindise yena; uyinkosi yakwa-Israyeli, akehle manje esiphambanweni, sikholwe nguye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

42 “Wasindisa abanye, kodwa akakwazi ukuzisindisa Yena. Uyinkosi yakwa-Israyeli, akehle manje esiphambanweni; sizakukholwa nguye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

42 Wasindisa abanye; yena ngokwakhe akanakuzisindisa. Uma eyinkosi yakwa-Israyeli, makehle manje esiphambanweni, futhi sizomkholwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 27:42
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

besithi: Ungaphi ozelwe eyinkosi yamaJuda? ngokuba sibonile inkanyezi yakhe empumalanga, size ukukhuleka kuye.


Babeka phezu kwekhanda lakhe icala lakhe libhaliwe ukuthi: LO NGUJESU INKOSI YABAJUDA.


bethi: Wena odiliza ithempeli, ulakhe ngezinsuku ezintathu, zisindise. Uma uyiNdodana kaNkulunkulu, yehla esiphambanweni.


Ngokunjalo labapristi abakhulu bamklolodela kanye lababhali labadala, bathi:


Kanjalo nabapristi abakhulu bambhinqa kanye nababhali, bathi: “Abanye wabasindisa; yena ngokwakhe akanakuzisindisa.


UKristu iNkosi yakoIsrayeli akehle khathesi esiphambanweni, ukuze sibone sikholwe. Nababebethelwe kanye naye bamthuka.


besithi: Kayibusiswe iNkosi ezayo ebizweni leNkosi: ukuthula ezulwini, lenkazimulo kweliphezulu.


Abantu bema bebukela. Nababusi bamhleka usulu, bathi: “Wasindisa abanye; akazisindise, uma enguKristu, okhethiweyo kaNkulunkulu.


besithi: Uba wena uyinkosi yabaJuda, zisindise.


UNathanayeli waphendula, wathi kuye: “Rabi, wena uyiNdodana kaNkulunkulu; wena uyiNkosi yakwa-Israyeli.


Yathatha amagatsha esundu, yaphuma ukumhlangabeza, yamemeza yathi: “Hosana!


Uma umuntu ezwa amazwi ami, engawakholwa, angimahluleli;


Base bephinda bembiza lowo muntu owayeyimpumputhe, bathi kuye: “Dumisa uNkulunkulu;


Babona umuntu ophilisiweyo emi nabo, ababanga nakukuphika.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka