Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 7:88 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

88 izinkomo zonke zomhlatshelo weminikelo yokuthula zaziyizinkunzi ezingamashumi amabili nane, nezinqama ezingamashumi ayisithupha, nezimpongo ezingamashumi ayisithupha, nezimvu zamaduna ezingamashumi ayisithupha. Lokho kwakungukwahlukaniselwa kwe-altare; lapho lase ligcotshiwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

88 Sezizonke izinkomo ezenza umhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyizinkunzi ezingama-24, izinqama ezingama-60, izimpongo ezingama-60, nezimvu ezingamaduna ezingama-60. Lokhu kwakungumnikelo wokwehlukaniswa kwe-althare; mhla lingcweliswa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

88 Zonke izinkomo zomnikelo wokubonga zaziyizinkunzi ezingamashumi amabili nane, nezinqama ezingamashumi ayisithupha, nezimpongo ezingamashumi ayisithupha, nezimvu zamawundlu ezingamashumi ayisithupha ezinomnyaka munye. Lokhu kwakungukwahlukaniselwa kwe-altare, lase ligcotshwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 7:88
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wothabatha kuwo umhlatshelo weminikelo yokuthula, anikele ngomnikelo womlilo kuJehova amanoni awo, nomsila wonke ononileyo, awunqume eduze nomhlandla, namanoni asibekela izibilini, nawo onke amanoni aphezu kwezibilini,


Kwathi ngosuku uMose aqeda ngalo ukumisa itabernakele,* waligcoba, walingcwelisa kanye nayo yonke impahla yalo, ne-altare, nazo zonke izitsha zalo, wazigcoba, wazingcwelisa,


Izikhulu zanikelela ukwahlukaniselwa kwe-altare ngosuku lokugcotshwa kwalo, izikhulu zanikela ngomnikelo wazo phambi kwe-altare.


Lokho kwakungukwahlukaniselwa kwe-altare ngosuku lokugcotshwa kwalo ngezandla zezikhulu zakwa-Israyeli: izingqwembe eziyishumi nambili zesiliva, nezinkamba eziyishumi nambili zesiliva, nezinkezo eziyishumi nambili zegolide,


zonke izinkomo zomnikelo wokushiswa zaziyizinkunzi eziyishumi nambili, nezinqama eziyishumi nambili, nezimvu zamaduna ezinomnyaka munye eziyishumi nambili kanye nomnikelo wazo wempuphu, nezimpongo zomnikelo wesono eziyishumi nambili;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka