UNumeri 11:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE23 UJehova wathi kuMose: “Isandla sikaJehova sifinyele na? Usuyakubona uma izwi lami liyakwenzeka kuwe noma qha.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202023 USimakade wathi kuMose: “Ngabe isandla sikaSimakade sifinyeziwe, asisenamandla na? Manje-ke nizakubona ukuthi izwi lami liyafezeka kini noma qha.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202423 INkosi yasisithi kuMozisi: Isandla seNkosi sifitshane yini? manje uzobona ukuthi izwi lami lizakuza kuwe noma qha. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngalokho ekufikeni kwami kwaba ngani ukuba kungabikho muntu, nasekubizeni kungabikho ophendulayo, na? Isandla sami sifinyeziwe nokufinyezwa, ukuze singahlengi na? Noma angisenamandla okophula na? Bheka, ngokukhuza kwami ngiyomisa ulwandle, ngenze imifula ibe yihlane; izinhlanzi zalo ziyanuka, ngokuba awakho amanzi, ziyafa ukoma.