Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 17:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Abaqotho bayethuswa yilokho; ongenacala uyavukela ongenaNkulunkulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Abaqotho badumele ngalokhu, ukuthi ongenacala uvukela ongenabunkulunkulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Abaqotho bazamangala ngalokho, labangelacala bazavukela umzenzisi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 17:8
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Lapho ngizwa leyo ndaba, ngaklebhula ingubo yami nejazi lami, ngahluthula izinwele zekhanda lami nesilevu sami, ngahlala phansi ngimangele.


“Abalungileyo bayakukubona, bathokoze; abangenasici bayabaklododela ngokuthi:


ukuba kungabusi muntu ongenaNkulunkulu, abantu bacushwe.


Ungazikhathazi ngababi, ungabi namhawu ngabenza okungalungile.


Ngokuba ngaba nomhawu ngabazidlayo, lapho ngibona ukubusa kwababi.


Uma ubona ukudlovelwa kwabampofu nokuphangwa kokwahlulela nokokulunga ezweni, ungamangali ngakho, ngokuba omkhulu uqaphela omkhulu kunaye, futhi kukhona nabakhulu kunabo.


Wena omehlo akho ahlambulukile ukuba ungaboni okubi, ungenakubheka ukuhlanekezela, ubhekelani abakhohlisayo, uthulelani lapho omubi egwinya olungileyo kunaye,


Khona oPawulu noBarnaba bakhuluma ngesibindi, bathi: “Bekudingeka ukuba izwi likaNkulunkulu likhulunywe kini kuqala; kepha lokhu nilinqaba, nizisho nina nithi anifanele ukuphila okuphakade, bhekani, sesiphendukela kwabezizwe.


Yeka ukujula kwengcebo, nokuhlakanipha, nokwazi kukaNkulunkulu! Yeka izahlulelo zakhe ezingaphenyekiyo, nezindlela zakhe ezingaqondakaliyo!


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka