Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJobe 17:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Iso lami lifiphele ngosizi; onke amalungu ami anjengethunzi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 Iso lami lifiphele ngenxa yosizi, wonke amalungu ami anjengethunzi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Iso lami lifiphele ngenxa yosizi, nezitho zami zonke zinjengethunzi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 17:7
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ubuso bami bubomvu ngokukhala; ezinkosheni zami kukhona ithunzi lokufa,


Abangane bami bayangiklolodela; iso lami liphophoza izinyembezi kuNkulunkulu


Ungicindezele, kungubufakazi; ukonda kwami kuyangivukela, kufakaze ebusweni bami.


Inyama yami yembesiwe izimpethu namagade othuli; isikhumba sami siyaphola, sibuye sibhicike.


Njengethunzi eselilide ngiyamuka; njengesikhonyane ngiyapheshulwa.


Iso lami liyafiphala ngokudabuka; liyaguga ngenxa yezitha zami zonke.


Dedani kimi nina nonke enenza okubi, ngokuba uJehova ulizwile izwi lokukhala kwami;


Ngokuba ngubani okwaziyo okuhle okuyakuba ngokomuntu ekuhambeni kwakhe zonke izinsuku zokuhamba kwakhe okuyize aziqedayo njengesithunzi na? Ngubani ongatshela umuntu okuyakuba semva kwakhe phansi kwelanga na?


Ngalokho inhliziyo yethu idangele; ngalezi zinto amehlo ethu afiphele,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka