Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 1:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Wazala amadodana ayisikhombisa namadodakazi amathathu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 Yayizele amadodana ayisikhombisa namadodakazi amathathu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wazalelwa amadodana ayisikhombisa namadodakazi amathathu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 1:2
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UHamani wabalandisa udumo lwengcebo yakhe, nobuningi babantwana bakhe, nakho konke inkosi emkhulisile kukho, nalokho emphakamisile kukho phezu kwezikhulu nezinceku zenkosi.


“Thulani, ningiyeke ukuba ngikhulume, kungehlele noma yini.


UJehova wambuyisa uJobe ekuhluphekeni, lapho ekhulekela abangane bakhe; wenezela kukho konke uJobe ayenakho ngokukuphinda kabili.


Kanjalo uJehova wabusisa ukugcina kukaJobe kunokuqala kwakhe; waba nezimvu eziyizinkulungwane eziyishumi nane, namakamela ayizinkulungwane eziyisithupha, namabhangqa ayinkulungwane ezinkabi, nezimbongolo zezinsikazi eziyinkulungwane.


Wayenamadodana ayisikhombisa namadodakazi amathathu.


Wababusisa, banda kakhulu, akanciphisa izinkomo zabo.


Umkakho uyakuba njengomnqumo othelayo phakathi kwendlu yakho, abantwana bakho babe njengezithombo zomnqumo, bezungeza itafula lakho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka