Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 21:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 USara wakhulelwa, wamzalela u-Abrahama indodana esemdala kuleyo nkathi uNkulunkulu abeyishilo kuye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 USara wakhulelwa, wamzalela u-Abhrahama indodana esemdala, ngesikhathi uNkulunkulu ayekhulume naye ngaso.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 USara wakhulelwa, wamzalela u-Abrahama indodana ebudaleni bakhe ngesikhathi esimisiwe uNkulunkulu abesikhulume kuye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 21:2
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNkulunkulu wathi: “Qha, uSara umkakho uyakukuzalela indodana; uyakubiza igama layo ngokuthi u-Isaka; ngiyakusimisa isivumelwano sami naye, sibe yisivumelwano esiphakade nenzalo yakhe emva kwakhe.


Kepha ngiyakumisa isivumelwano sami no-Isaka azakukuzalela yena uSara ngalesi sikhathi ngomnyaka ozayo.”


Wayesethi: “Impela ngiyakubuyela kuwe emva komnyaka ngalesi sikhathi; bheka, khona umkakho uSara uyakuba nendodana.” USara wakuzwa lokhu esemnyango wetende ongasemva kwakhe.


Kukhona into emahlula uJehova na? Ngalesi sikhathi emva komnyaka ngiyakubuyela kuwe, uSara abe nendodana.”


Bheka, u-Elisabethe isihlobo sakho naye ukhulelwe indodana esemdala; lena ngeyesithupha yakhe obethiwa inyumba.


Wayesemnika isivumelwano sokusoka; kanjalo-ke wazala u-Isaka, wamsoka ngosuku lwesishiyagalombili; u-Isaka wazala uJakobe, uJakobe wazala okhokho abayishumi nambili.


Ngokuba lingelesithembiso leli zwi lokuthi: “Ngalesi sikhathi ngizakufika; khona uSara uzakuba nendodana.”


Ngokuba kulotshiwe ukuthi u-Abrahama wayenamadodana amabili, enye kuso isigqilakazi nenye kokhululekileyo.


Ngokukholwa naye uSara uqobo wathola amandla okukhulelwa esedlulelwe yisikhathi, ngokuba wathi ukholekile owethembisayo.


Ngamthatha uyihlo u-Abrahama ngaphesheya koMfula,* ngamhambisa ezweni lonke laseKhanani, ngayandisa inzalo yakhe, ngamupha u-Isaka.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka