Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 11:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Umhlaba wonke wawunolimi lunye nokukhuluma kunye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Emhlabeni wonke abantu babekhuluma lulimi lunye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Umhlaba wonke wawululimi lunye nezwi linye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 11:1
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Lezi ziyimindeni yamadodana kaNowa ngezizukulwane zawo ezizweni zawo; ngalawo izizwe zahlakazeka emhlabeni emva kukazamcolo.


Kwathi ekusukeni kwabo empumalanga bafumana ithafa ezweni laseShineyari; bakha khona.


UJehova wathi: “Bheka, bonke basizwe sinye nolimi lunye; yikho abaqala ngakho; manje abayikunqanyulelwa lutho abahlosa ukulwenza.


Ngalolo suku kuyakuba yimizi eyisihlanu ezweni laseGibithe eyakukhuluma ulimi lwaseKhanani, ifunge uJehova Sebawoti; omunye uyakuthiwa uMuzi Welanga.


“Ngokuba lapho ngiyakunika abantu izindebe ezihlanzekileyo, ukuze bonke babize igama likaJehova, bamkhonze nganhliziyonye.


kwathi kuzwakele lowo mdumo, uquqaba lwabuthana, lwaphithiza, ngokuba kwaba yilowo nalowo wabezwa bekhuluma ngolimi lwakubo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka