Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 11:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Umhlaba wonke wawululimi lunye nezwi linye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Umhlaba wonke wawunolimi lunye nokukhuluma kunye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Emhlabeni wonke abantu babekhuluma lulimi lunye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 11:1
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Lezi ziyizizukulwane zamadodana kaNowa ngezizukulwane zawo ezizweni zawo; ngalokho izizwe zahlukaniswa emhlabeni emva kukazamcolo.


Kwathi ekuhambeni kwabo besuka empumalanga bafumana ithafa ezweni laseShineyari; bahlala khona.


Futhi iNkosi yathi: Bheka, abantu bamunye, futhi bonke banolimi olulodwa; futhi lokhu baqala ukukwenza, futhi manje akukho lutho oluyofihlwa kubo ababecabanga ukukwenza.


Ngalolo suku imizi emihlanu ezweni laseGibithe iyakukhuluma ulimi lwaseKhanani, ifunge uJehova Sebawoti; omunye uyakuthiwa: uMuzi Wokubhujiswa.


Ngoba ngalesosikhathi ngizanika abantu ulimi oluhlanzekileyo, ukuze bonke babize ibizo le Nkosi, bamkhonze nganhliziyonye.


Kwathi lo mdumo lo, ixuku labuthana, lasanganiseka, ngoba ngulowo lalowo wabezwa bekhuluma ngolimi lwakibo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka