UDuteronomi 13:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE15 woshaya nokushaya abantu balowo muzi ngosiko lwenkemba, uwuchithe impela, nakho konke okuphakathi kwawo, nezinkomo zawo, ngosiko lwenkemba. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202015 uyozibulala ngenkemba izakhamuzi zalowo muzi, uwuchithe impela, nakho konke okuphakathi kwawo, nemfuyo yawo, ukubhubhise ngenkemba. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202415 Kumelwe ubulale abakhileyo kulowo muzi ngosiko lwenkemba, uwushaye ngesiqalekiso, nakho konke okukuwo, nemfuyo yawo, ngosiko lwenkemba. Uka jalj uñjjattʼäta |
Lowo mprofethi noma lowo mphuphi wamaphupho wobulawa, ngokuba ukhulumile okunihlubukisa uJehova uNkulunkulu wenu owanikhipha ezweni laseGibithe, wakuhlenga endlini yobugqila, ukuba akuphambukise endleleni uJehova uNkulunkulu wakho akuyala ukuba uhambe ngayo. Uyakukhipha kanjalo ububi phakathi kwakho.