UDuteronomi 11:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE25 Akuyikubakho muntu ongema phambi kwenu; uJehova uNkulunkulu wenu uyakubeka ingebhe novalo ngani ezweni lonke eniyakunyathela kulo, njengalokho akhuluma kini. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202025 Akuyukuba bikho muntu oyoma phambi kwenu. USimakade uNkulunkulu wenu uyakufaka uvalo nokwesaba ngani ezweni lonke eniyakunyathela kulo, njengalokhu akhuluma kini. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202425 Akuyikuma muntu phambi kwenu, ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu uyakubeka ukwesatshwa kwenu nokwesabeka kwenu ezweni lonke eniyakunyathela kulo, njengokusho kwakhe kini. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kwathi onke amakhosi ama-Amori ayengaphesheya kweJordani ngasentshonalanga, nawo onke amakhosi amaKhanani ayengaselwandle esezwa ukuthi uJehova womise amanzi aseJordani phambi kwabantwana bakwa-Israyeli saze sawela, izinhliziyo zabo zaphela amandla, kungabe kusaba khona sibindi ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli.