UDuteronomi 11:25 - Contemporary Zulu Bible 202425 Akuyikuma muntu phambi kwenu, ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu uyakubeka ukwesatshwa kwenu nokwesabeka kwenu ezweni lonke eniyakunyathela kulo, njengokusho kwakhe kini. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE25 Akuyikubakho muntu ongema phambi kwenu; uJehova uNkulunkulu wenu uyakubeka ingebhe novalo ngani ezweni lonke eniyakunyathela kulo, njengalokho akhuluma kini. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202025 Akuyukuba bikho muntu oyoma phambi kwenu. USimakade uNkulunkulu wenu uyakufaka uvalo nokwesaba ngani ezweni lonke eniyakunyathela kulo, njengalokhu akhuluma kini. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kwathi lapho onke amakhosi ama-Amori ayengaphesheya kweJordani ngasentshonalanga, nawo onke amakhosi amaKhanani asolwandle, ezwa ukuthi uJehova womisa amanzi aseJordani ngaphambili. Abantwana bakwa-Israyeli, saze sadabula, izinhliziyo zabo zaphela amandla, akwabe kusaba lukhuni kubo ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli.