UDuteronomi 11:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 Yazini namuhla ngokuba angikhulumi kubantwana benu abangazanga nabangabonanga ukulaya kukaJehova uNkulunkulu wenu ubukhulu bakhe, nesandla sakhe esinamandla, nengalo yakhe eyeluliweyo, Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20202 Yazini namuhla ukuthi akubona abantwana benu abangazanga nabangabonanga ukufundisa kukaSimakade uNkulunkulu wenu, ubukhulu bakhe, isandla sakhe esinamandla, ukwenza kwakhe okumangalisayo, Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20242 Yazini nina namuhla, ngokuba angikhulumi kini bantwana abangabonanga, nabangabonanga, isijeziso sikaJehova uNkulunkulu wenu, nobukhulu bakhe, nesandla sakhe esinamandla, nengalo yakhe eyeluliweyo. Uka jalj uñjjattʼäta |
UNkulunkulu wake walinga yini ukuhamba eyozithabathela isizwe phakathi kwesinye isizwe ngezilingo, nangezibonakaliso, nangezimangaliso, nangempi, nangesandla esinamandla, nangengalo eyeluliweyo, nangengebhe enkulu njengakho konke uJehova uNkulunkulu wenu anenzela khona eGibithe phambi kwamehlo enu, na?