Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDaniyeli 7:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 “Wayesethi: ‘Isilo sesine siyakuba ngumbuso wesine emhlabeni, oyakwahluka kuyo yonke imibuso, udle wonke umhlaba, uwunyathele, uwaphule.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

23 “Wayesethi: ‘Isilo sesine siyakuba ngumbuso wesine emhlabeni, oyakwehluka kuyo yonke imibuso, uwudle wonke umhlaba, uwugxobe, uwufihlize.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Wathi: “Isilo sesine siyakuba ngumbuso wesine emhlabeni, oyakuhluka kuyo yonke imibuso, uqede wonke umhlaba, uwunyathele, uwuphule;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDaniyeli 7:23
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Umbuso wesine uyakuqina njengensimbi, ngokuba insimbi ichoboza, igxobe konke; nanjengensimbi ekwaphula konke lokhu, uyakugxoba, waphule.


waze wafika omdala wezinsuku, abangcwele boPhezukonke banikwa ukwahlulelwa, kwafika isikhathi sokuba umbuso ube ngowabangcwele.


Izimpondo eziyishumi-ke, kulowo mbuso kuyakuvela amakhosi ayishumi, kuvele enye emva kwawo; iyakwahluka kwawokuqala, ithobise amakhosi amathathu.


“Emva kwalokho ngabona emibonweni ebusuku; bheka, isilo sesine, esesabekayo, sinamandla, siqinile kakhulu; sasinamazinyo amakhulu ensimbi, sadla, saphula, sanyathela okuseleyo ngezinyawo zaso; sahlukile kuzo zonke izilo ezazingaphambi kwaso; sasinezimpondo eziyishumi.


Kwathi ngalezo zinsuku kwaphuma isimemezelo kuKesari Awugustu sokuba kubalwe izwe lonke.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka