Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDaniyeli 3:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 ukuba ngesikhathi enizwa ngaso ukukhala kwecilongo, negenkle, nehabhu,* nomqangala, nogubhu, negemfe, nazo zonke izinhlobo zokubethwa, niwe phansi, nikhuleke esithombeni segolide uNebukadinesari inkosi asimisileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 ukuba ngesikhathi enizwa ngaso ukukhala kwecilongo, igenkle, ihabhu, umqangala, ugubhu, negemfe, nazo zonke izinhlobo zokubethwa; niwe phansi, nikhuleke esithombeni segolide uNebukhadinezari, inkosi, asimisileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Lapho nizwa ukukhala kwecilongo, negenkle, nehabhu, nehabhu, nehabhu, nehabhu, nazo zonke izinhlobo zezinsimbi zomculo, niwela phansi nikhuleke esithombeni segolide inkosi uNebukadinesari esimisileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDaniyeli 3:5
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izithombe zabo ziyisiliva negolide, umsebenzi wezandla zomuntu.


Inkosi uNebukadinesari yayisiwa ngobuso, yakhuleka kuDaniyeli, yayaleza ukuba banikele ngomnikelo nangempepho kuye.


Wena nkosi ukhiphe isimemezelo sokuba bonke abantu abezwa ukukhala kwecilongo, negenkle, nehabhu,* nomqangala, nogubhu, negemfe, nazo zonke izinhlobo zokubethwa bawe phansi, bakhuleke esithombeni segolide,


Manje uma nilungele ukuba ngesikhathi enizwa ngaso ukukhala kwecilongo, negenkle, nehabhu,* nomqangala, nogubhu, negemfe, nazo zonke izinhlobo zokubethwa, niwe phansi, nikhuleke esithombeni engisenzileyo, kuhle; kepha uma ningakhuleki, niyakuphonswa ngasona leso sikhathi phakathi kwesithando somlilo ovuthayo; ngumuphi lowo nkulunkulu oyakunikhulula ezandleni zami na?”


Ngalokho lapho abantu bezwa ukukhala kwecilongo, negenkle, nehabhu,* nomqangala, nogubhu, nazo zonke izinhlobo zokubethwa, bonke abantu, nezizwe, nezilimi bawa phansi, bakhuleka esithombeni segolide asimisileyo uNebukadinesari inkosi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka