Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDaniyeli 3:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 nokuba ongawi phansi, akhuleke, aphonswe phakathi kwesithando somlilo ovuthayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

11 nokuthi ongawi phansi, akhuleke, uyakuphonswa phakathi kwesithando somlilo ovuthayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Noma ubani ongawi phansi akhuleke kumelwe aphonswe esithandweni somlilo ovuthayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDaniyeli 3:11
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wena nkosi ukhiphe isimemezelo sokuba bonke abantu abezwa ukukhala kwecilongo, negenkle, nehabhu,* nomqangala, nogubhu, negemfe, nazo zonke izinhlobo zokubethwa bawe phansi, bakhuleke esithombeni segolide,


Kukhona amadoda abaJuda owabeke phezu kwezindaba zesifunda saseBabele, oShadiraki, noMeshaki, no-Abedi Nego; lawa madoda, nkosi, awakunakanga; awakhonzi onkulunkulu bakho, awakhuleki esithombeni segolide osimisileyo.”


Ongawi phansi, akhuleke, uyakuphonswa ngasona leso sikhathi phakathi kwesithando somlilo ovuthayo.”


Ayesephendula ethi phambi kwenkosi: “UDaniyeli lowo ongowabathunjwa bakwaJuda akakunaki wena nkosi, nesiyalezo osilobileyo, kepha uyacela isicelo sakhe kathathu ngosuku.”


Bonke abongameli bombuso, nababusi, nezikhulu, nabomkhandlu, nezinduna balulekene kanyekanye ukuba kumiswe isimiso senkosi, kumenyezelwe isiyalezo esiqinileyo sokuthi yilowo nalowo ocela isicelo nakumuphi unkulunkulu noma kumuntu ngezinsuku ezingamashumi amathathu, kuphela kuwe nkosi, uyakuphonswa emphandwini wezingonyama.


zathi: “Indlu yeziboshwa sayifumana ivaliwe, iqinile impela, nabalindi bemi eminyango; kepha sesivulile asifumananga muntu ngaphakathi.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka