UDaniyeli 11:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Inkosi yasenyakatho iyakubuya, iveze isixuku esikhulu kunesokuqala, ifike nokufika ngasekupheleni kwezikhathi eziyiminyaka nempi enkulu nempahla eningi. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202013 Inkosi yasenyakatho iyakubuya, iveze isixuku esikhulu kunesokuqala, ifike nokufika ngasekupheleni kwezikhathi eziyiminyaka nempi enkulu nempahla eningi. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202413 Ngokuba inkosi yaseNyakatho iyakubuya, ibuthe isixuku esikhulu kunesokuqala, futhi ngokuqinisekile iyofika ngemva kweminyaka ethile inempi enkulu nengcebo eningi. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngezwa umuntu owembethe ilineni, owayephezu kwamanzi omfula; waphakamisela isandla sakhe sokunene nesandla sakhe sokhohlo ezulwini, wamfunga ophila kuze kube phakade ukuthi kuyakuba ngokwesikhathi, nezikhathi, nenxenye, nalapho sebeqedile ukuphohloza amandla abantu abangcwele, zonke lezo zinto ziyakuqedwa.