Obadiya 1:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Ngosuku owema kude ngalo, ngosuku abafokazi abasusa ngalo imfuyo yakhe, nabezizwe bangena ngamasango akhe, benza inkatho ngeJerusalema, nawe wawunjengomunye wabo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202011 Phela ngosuku owamela kude ngalo, mhla abafokazi bephanga umcebo wakhe, nabezizwe betheleka emasagweni akhe, benza unkatho ngeJerusalema, nawe wawufana nomunye wabo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202411 Ngosuku owama ngalo maqondana, mhla abezizwe besusa amabutho akhe nabafokazi bengena emasangweni akhe benza inkatho ngeJerusalema, nawe wawunjengomunye wabo. Uka jalj uñjjattʼäta |