Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 5:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Yizwa izwi lokukhala kwami, Nkosi yami, Nkulunkulu wami, ngokuba ngithandaza kuwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 Yizwa izwi lokukhala kwami, Nkosi yami, Nkulunkulu wami, ngokuba ngikhuleka kuwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Lalela izwi lokukhala kwami, Nkosi yami, Nkulunkulu wami, ngokuba ngiyakukhuleka kuwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 5:2
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Mawubheke umkhuleko wenceku yakho nokunxusa kwayo, Jehova Nkulunkulu wami, uzwe ukukhala nokukhuleka inceku yakho ekukhuleka phambi kwakho namuhla


UJehova uyinkosi kuze kube phakade naphakade; abezizwe bayachithwa emhlabeni wakhe.


Ngiyakukuphakamisa wena Nkulunkulu wami, Nkosi, ngilituse igama lakho phakade naphakade.


Ngezwi lami ngiyakhala kuJehova; yena uyangiphendula esentabeni yakhe engcwele. Sela*


Wena Nkulunkulu uyinkosi yami; yaleza ukusindiswa kukaJakobe.


Wena ozwayo imikhuleko, beza kuwe bonke abantu.


Nokho uNkulunkulu uyiNkosi yami kwaphakade eyenza insindiso emhlabeni.


Ngokuba umzwilili ufumene indlu, nenkonjane isidleke sayo, lapho ibeka khona amazinyane ayo, ngisho ama-altare akho, Jehova Sebawoti, Nkosi yami, Nkulunkulu wami.


Ngokuba uJehova ungumahluleli wethu, uJehova ungumenzi wemithetho yethu, uJehova uyinkosi yethu; uyakusisindisa.


Wezwa izwi lami; ungasithezi indlebe yakho lapho ngikhalela ukusizwa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka