Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 41:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Izitha zami zikhuluma okubi ngami, zithi: “Uzakufa nini, igama lakhe lichitheke, na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 Izitha zami zihambe zikhuluma okubi ngami, zithi: “Uzofa nini, igama lakhe lingabe lisaphathwa na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Izitha zami zikhuluma kabi ngami, zithi: Uyokufa nini, igama lakhe libhubhe na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 41:5
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ukukhunjulwa kwakhe kuyakuphela emhlabeni, angabi negama ezweni.


uyakubhubha kuze kube phakade njengamasimba akhe; abambonayo bayakuthi: ‘Uphi na?’


Izitha zami ziyangithuka usuku lonke; abahlanya ngami bayangiqalekisa.


Abafuna umphefumulo wami bayangicupha; abafuna ukungilimaza bakhuluma okubi, bazindla inkohliso usuku lonke.


Ngokuba ngiyazazi iziphambeko zami; isono sami siphambi kwami njalo.


Bheka, uthanda iqiniso ngaphakathi enhliziyweni; wongifundisa ukuhlakanipha ekujuleni kwenhliziyo.


Izitha zami zifuna ukungigwinya usuku lonke; ngokuba baningi abalwa nami ngokuzidla.


Ngizakukhala kuNkulunkulu oPhezukonke, kuNkulunkulu ongifezelayo.


ukuze indlela yakho yaziwe emhlabeni, insindiso yakho kubo bonke abezizwe.


Phendukela kimi, ube nomusa kimi, uyiphe inceku yakho amandla akho, usindise indodana yencekukazi yakho.


Yiba nomusa kimi, Nkosi, ngokuba ngikhala kuwe usuku lonke.


Ukukhunjulwa kolungileyo kubusisekile, kepha igama lababi liyabola.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka