Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 41:5 - IsiZulu 2020

5 Izitha zami zihambe zikhuluma okubi ngami, zithi: “Uzofa nini, igama lakhe lingabe lisaphathwa na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Izitha zami zikhuluma okubi ngami, zithi: “Uzakufa nini, igama lakhe lichitheke, na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Izitha zami zikhuluma kabi ngami, zithi: Uyokufa nini, igama lakhe libhubhe na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 41:5
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kuyakuphela ukukhunjulwa kwaso emhlabeni, kungabi bikho okhumbula igama laso emigwaqweni.


uyakubhubha kuze kube phakade, njengendle yakhe; abambonayo bayakuthi: ‘Ukuphi na?’


Izitha zami zingethuka usuku lonke, abangihlambalazayo bayangiqalekisa.


Abaqamekela ukuphila kwami bayangicupha, abafuna ukungenzakalisa bakhuluma kabi ngami, bazindla okubi ngami usuku lonke.


Ngiyazazi iziphambeko zami, isono sami siphambi kwami njalo.


Wena uthanda iqiniso ngaphakathi enhliziyweni, uyongifundisa ukuhlakanipha ekujuleni kwenhliziyo.


Izitha zami zingenzakalisa njalo, ngokuba baningi abalwa nami ngokuqhosha.


Ngizokhala kuNkulunkulu oPhezukonke, kuNkulunkulu ongiphindiselelayo.


ukuze indlela yakho yaziwe emhlabeni, insindiso yakho, kubo bonke abezizwe.


Phendukela ngakimi, ube nomusa kimi, inceku yakho yiphe amandla akho, usindise indodana yencekukazi yakho.


Yiba nomusa kimi, Nkosi, ngokuba ngikhala kuwe usuku lonke.


Ukukhunjulwa kolungileyo kuyisibusiso, kepha igama lezikhohlakali liyakubola.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka