AbAhluleli 19:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Kepha akavumanga lowo muntu ukuhlala lobo busuku, kodwa wavuka wahamba, wafika malungana neJebusi eliyiJerusalema; kwakukhona naye izimbongolo ezimbili ziboshelwe izihlalo; nesancinza sakhe sasinaye. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202010 Indoda yenqaba ukuphinde ilale ngalobo busuku, yasukuma yahamba, yaze yafika maqondana neJebusi, okuyiJerusalema. Yayihamba nesancinza sayo nezimbongolo ezimbili eziboshelwe. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202410 Kodwa lo muntu akathandanga ukuhlala ngalobo busuku, kodwa wasuka wahamba, wafika eJebusi, okuyiJerusalema; futhi wayeboshelwe izimbongolo ezimbili; nesancinza sakhe sasinaye. Uka jalj uñjjattʼäta |
Lapho umuntu esesukuma ukuba ahambe, yena nesancinza sakhe nenceku yakhe, umukhwe wakhe, uyise wentombi, wathi kuye: “Bheka, ilanga seliyathambama, sekuzakuhlwa; ake uhlale ubusuku bonke; yebo, ilanga seliyakuphela; hlala lapha ukuba inhliziyo yakho ithokoze, nivuke kusasa ekuseni kakhulu, nihambe indlela yenu ukuba ufike etendeni lakho.”