Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 16:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 USamsoni walala kwaze kwaba phakathi kwamabili; wavuka phakathi kobusuku, wabamba izivalo zesango lomuzi nezinsika zombili, wazincothula kanye nomgoqo, wazibeka emahlombe akhe, wazikhuphulela esiqongweni sentaba ephambi kweHebroni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 USamsoni walala kwaze kwaba phakathi kwamabili, wavuka phakathi kobusuku wabamba iminyango yesango lomuzi nezinsika zalo zombili, wakubhoncula nomgoqo, wakuthwala emahlombe akhe, wenyukela nakho esicongweni sentaba eyayiphambi kweHebhroni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 USamsoni walala kwaze kwaba phakathi kwamabili, wavuka phakathi kobusuku, wathatha iminyango yesango lomuzi nezinsika zombili, wahamba nazo, imigoqo nakho konke, wakuthwala emahlombe akhe, wakuyisa emzini. Esiqongweni sentaba ephambi kweHebroni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 16:3
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba waphulile amasango ethusi, wanquma imigoqo yensimbi.


Umfohli ukhuphuka ngaphambi kwabo; sebefohlile, badlulela esangweni, baphuma ngalo; inkosi yabo idlulile phambi kwabo, noJehova usesihlokweni sabo.”


lowo uNkulunkulu wamvusa ethukulula iminjunju yokufa, lokhu kwakungenakwenzeka ukuba abanjwe yikho.


Kwathiwa kumaGaza: “USamsoni ufikile lapha.” Bamhaqa, bamqamekela ubusuku bonke esangweni lomuzi; bathula ubusuku bonke, bathi: “Makube sekukhanyeni kokusa; khona siyakumbulala.”


Kwathi ngasemuva wathanda owesifazane esiGodini saseSoreki ogama lakhe lalinguDelila.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka