AbAhluleli 16:3 - IsiZulu 20203 USamsoni walala kwaze kwaba phakathi kwamabili, wavuka phakathi kobusuku wabamba iminyango yesango lomuzi nezinsika zalo zombili, wakubhoncula nomgoqo, wakuthwala emahlombe akhe, wenyukela nakho esicongweni sentaba eyayiphambi kweHebhroni. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 USamsoni walala kwaze kwaba phakathi kwamabili; wavuka phakathi kobusuku, wabamba izivalo zesango lomuzi nezinsika zombili, wazincothula kanye nomgoqo, wazibeka emahlombe akhe, wazikhuphulela esiqongweni sentaba ephambi kweHebroni. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20243 USamsoni walala kwaze kwaba phakathi kwamabili, wavuka phakathi kobusuku, wathatha iminyango yesango lomuzi nezinsika zombili, wahamba nazo, imigoqo nakho konke, wakuthwala emahlombe akhe, wakuyisa emzini. Esiqongweni sentaba ephambi kweHebroni. Uka jalj uñjjattʼäta |