AbAhluleli 15:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 USamsoni wahamba, wabamba izimpungushe ezingamakhulu amathathu, wathatha izikhuni, wazibhekisana ngemisila, wafaka isikhuni phakathi kwemisila ngamibili. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20204 USamsoni wahamba wabamba izimpungushe ezingama-300, wathatha izihlonti, wayesenza ukuba izimpungushe zilinganisane ngemisila, wabophela izihlonti phakathi kwemisila yazo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20244 USamsoni wahamba wabamba izimpungushe ezingamakhulu amathathu, wathatha umentshisi, waphendula umsila ngomsila, wafaka umlilo phakathi kwemisila emibili. Uka jalj uñjjattʼäta |