Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 7:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kepha kwathi ngalobo busuku izwi likaJehova lafika kuNathani, lathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 Kepha kwathi ngalobo busuku izwi likaSimakade lafika kuNathani, lathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kwathi ngalobo busuku izwi likaJehova lafika kuNathani, lathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 7:4
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJehova wayesethuma uNathani kuDavide. Wafika kuye, wathi kuye: “Kwakukhona amadoda amabili emzini munye, enye icebile, enye impofu.


UNathani wathi enkosini: “Hamba wenze konke okusenhliziyweni yakho, ngokuba uJehova unawe.”


“Hamba uyitshele inceku yami uDavide ukuthi: ‘Usho kanje uJehova, uthi: Uyakungakhela indlu ukuba ngihlale kuyo na?


‘Kusukela osukwini engakhipha ngalo abantu bami u-Israyeli eGibithe angikhethanga muzi ezizweni zonke zakwa-Israyeli ukwakha indlu ukuba igama lami libe khona lapho, kepha ngamkhetha uDavide abe phezu kwabantu bami u-Israyeli.’


Kepha kwathi ngalobo busuku izwi likaNkulunkulu lafika kuNathani, lathi:


Ngokuba iNkosi uJehova ayenzi lutho, ingayambulanga imfihlakalo yayo ezincekwini zayo abaprofethi.


Wayesethi: “Yizwani manje amazwi ami: uma kukhona umprofethi phakathi kwenu, mina Jehova ngiyakuzibonakalisa kuye ngombono, ngikhulume kuye ngephupho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka