Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 7:4 - IsiZulu 2020

4 Kepha kwathi ngalobo busuku izwi likaSimakade lafika kuNathani, lathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kepha kwathi ngalobo busuku izwi likaJehova lafika kuNathani, lathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kwathi ngalobo busuku izwi likaJehova lafika kuNathani, lathi:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 7:4
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

USimakade wayesethuma uNathani kuDavide. Wafika kuye wathi: “Kwakukhona amadoda amabili emzini munye, enye icebile, enye impofu.


UNathani wathi enkosini: “Hamba wenze konke okusenhliziyweni yakho, ngokuba uSimakade unawe.”


“Hamba utshele inceku yami, uDavide, uthi: ‘Usho kanje uSimakade, uthi: “Uyakungakhela yini indlu ukuba ngihlale kuyo na?


‘Kusukela ngosuku engakhipha ngalo abantu bami u-Israyeli eGibhithe, angikhethanga muzi ezizwaneni zonke zakwa-Israyeli ukwakha indlu ukuba igama lami libe khona lapho, kepha ngamkhetha uDavide ukuba abuse abantu bami u-Israyeli.’


Kwathi ngalobo busuku izwi likaNkulunkulu lafika kuNathani, lathi:


Ngokuba iNkosi uSimakade ayenzi lutho ingayambulanga imfihlakalo yayo ezincekwini zayo abaphrofethi.


Wayesethi: “Yizwani manje amazwi ami: uma kukhona umphrofethi phakathi kwenu, Mina Simakade ngiyakuzibonakalisa kuye ngombono, ngikhulume naye ngephupho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka