Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 7:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Njengawo onke lawo mazwi nanjengawo wonke lowo mbono uNathani wakhuluma kuDavide.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 UNathani wawakhuluma kuDavide wonke lawo mazwi nakho konke lokho akubonile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Njengawo wonke lawa mazwi nangawo wonke lowo mbono, kanjalo uNathani wakhuluma kuDavide.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 7:17
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Indlu yakho nombuso wakho kuyakuqiniswa njalo phambi kwakho; isihlalo sakho sobukhosi siyakumiswa kuze kube phakade.’ ”


UDavide inkosi wayesengena, wahlala phambi kukaJehova, wathi: “Ngingubani, Nkosi Jehova, nendlu yami iyini, ukuze ungilethe kuze kube lapha, na?


inkosi yathi kuNathani umprofethi: “Bheka, mina ngihlala endlini yemisedari,* kepha umphongolo kaNkulunkulu uhlala phakathi kwezilenge.”


Njengawo onke lawo mazwi nanjengawo wonke lowo mbono uNathani wakhuluma kuDavide.


nokuthi angigwemanga ukunitshela okusizayo nokunifundisa phambi kwabantu nakuzo izindlu ngezindlu,


Ngokuba angigwemanga ukunitshela lonke icebo likaNkulunkulu.


Ngokuba okokuqala nganinika lokho engakwamukela nami ukuthi uKristu wafa ngenxa yezono zethu njengokwemibhalo,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka